SAMA nominees, Blaq Diamond serenade us with a new and unique song titled Ibhanoyi. The song is about two young men who are in love and work hard to provide for their partners. Follow Blaq Diamond: @Blaqdiamond150 across all social media platforms. Blaq Diamond - IBhanoyi (Lyrics)[Intro]Oh indizamshiniAw ng’zok’thengelaAw ng’zok’thengela ibhanoyiAw ng’zok’thengela ibhanoyiWaa ah...[Chorus]Aw ng’zok’thengela ibhanoyi(My Love)x2Aw ng’zok’thengela ibhanoyi(My Love)x2[Verse1- Ndu]Aw noma bengathini keh!wena ungowami keh!Nabaphasi sebevumileAw ngithi sekulotshiweIkhanda l’vele l’dumeUm’ungekho eduze i-smile sami saziwa nguwe We-sweetati my Lavie weh Aw sebezamile baningi bethi sohlukana kodwa lento ayenzekiAw bathi u-babe ungidlisile kanti abazi ukuthi mina ngisemathandweni[Pre-chorus]Oh indizamshini (oh indizamshini babe)Aw Ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela sthandwa sami)[Chorus]Aw ng’zok’thengela iBhanoyi(My Love) x2Aw ng’zok’thengela iBhanoyi(My Love) x2[Verse2- Danya]Ufike empilweni yami wena ibheda ibhemileIzinto sezincono umalambane uvukileK’shuthi uk’thanda wena dali into ebidaliweNg’yok’thanda ng’yoze ng’ngene egalileInhliziyo ishaya kancane ,mangizw’iphimbo lakho Sthandwa ang’khathali ,ng’yohlala ngingowakho[Pre-chorus]Oh indizamshini (oh indizamshini dali )Aw Ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela mina)[Chorus]Aw ng’zok’thengela iBhanoyi(My Love) x2Aw ng’zok’thengela iBhanoyi(My Love) x2[Post chorus]Aw noma bengathini ,wena ungowami(My Love)Aw noma bengathini ,wena ungowami(My Love)Oh indizamshini (My Love)Ah ng’zok’thengela (My Love)